Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 3:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Pho, ubani onganilimaza, uma nishisekela okuhle na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Pho ngubani onganilimaza uma nishisekela ukwenza okuhle na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ngubani onganilimaza, uma nilingisa okuhle na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngubani onganilimaza, uma nilingisa okuhle na?

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 3:13
13 Referans Kwoze  

Lapho izindlela zomuntu zimthokozisa uJehova, uzenza nezitha zakhe ukuba zihlalisane kahle naye.


Qaphelani ukuba kungabikho ophindisela omunye okubi ngokubi; kepha jongani njalo ukwenza okuhle, omunye komunye nakubo bonke.


Siyazi ukuthi kwabamthandayo uNkulunkulu konke kusebenzelana kube ngokuhle, kulabo ababiziweyo ngecebo lakhe.


Sithandwa, ungalandeli okubi kodwa okuhle. Owenza okuhle ungokaNkulunkulu; owenza okubi akambonanga uNkulunkulu.


Abaphindisela okubi ngokuhle bamelene nami, ngokuba ngilandela okulungileyo.


ebongwa ngemisebenzi emihle, uma ondlile abantwana, uma engenisile izihambi, uma egezile izinyawo zabangcwele, uma esizile abahluphekayo, uma ekhuthalele umsebenzi wonke omuhle.


Jongani uthando, futhi nizondelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba niprofethe.


Ngokuba ababusi abesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Kepha uyathanda yini ukungesabi amandla ombuso na? Yenza okuhle, uyakubongwa yiwo;


Indlela yababi iyisinengiso kuJehova, kepha uyamthanda olandela ukulunga.


Ngakho yibani ngabalingisa uNkulunkulu njengabantwana abathandekayo,


Olungileyo akayikwehlelwa nangokukodwa okubi, kepha ababi bayakugcwala ububi.


“Mthathe, umbheke, ungamenzeli lutho olubi, kepha wenze kuye njengokusho kwakhe kuwe.”


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge ebubini bonke, asihlambulule isizwe esingesakhe, sishisekele imisebenzi emihle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite