Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 2:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Thobelani izimiso zonke zabantu ngenxa yeNkosi, nokuba kuyinkosi njengokuba ingomkhulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Thobelani bonke abantu abasezikhundleni ngenxa yeNkosi, noma ngabe yinkosi njengalokhu isesikhundleni,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Zithobeni kuzo zonke izimiso zabantu ngenxa yeNkosi: noma kusenkosini, njengophakeme;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Zithobeni kuzo zonke izimiso zabantu ngenxa yeNkosi: noma kusenkosini, njengophakeme;

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 2:13
13 Referans Kwoze  

Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle,


Wayesethi kubo: “Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari noNkulunkulu okukaNkulunkulu.”


Ndodana yami, yesaba uJehova nenkosi, ungahlangani nabahlubukayo.


Funani ukuthula komuzi lapho nginithumbele khona, niwukhulekele kuJehova, ngokuba ekuthuleni kwawo niyakuba nokuthula.”


UJesu wathi kubo: “Nikani uKesari okukaKesari, noNkulunkulu okukaNkulunkulu.” Bamangala ngaye.


Bathi: “NgokaKesari.” Khona wathi kubo: “Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari noNkulunkulu okukaNkulunkulu.”


ikakhulu labo abahamba ngokwenyama enkanukweni yokuzingcolisa, bedelela ubukhosi; bengamaphikankani nabaziqhenyayo abesabi nokuhlambalaza abenkazimulo,


nithobelane ngokumesaba uKristu.


Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela; ngalokho kuyakuthunyelwa kuye isithunywa esinonya.


Baziseni bonke, nithande abazalwane; mesabeni uNkulunkulu, niyazise inkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite