Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Ezra 4:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi ukuba izitha zamadoda akwaJuda nawakwaBhenjamini zizwe ukuthi labo ababebuye ekuthunjweni sebelakha kabusha ithempeli likaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi lapho izitha zakwaJuda nezakwaBenjamini sezizwile ukuthi abathunjwa bakhela uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ithempeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi izitha zakwaJuda noBenjamini zizwa ukuthi abantwana bokuthunjwa bamakhele uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ithempeli;

Gade chapit la Kopi




U-Ezra 4:1
14 Referans Kwoze  

Sezizonke izitsha uSheshibhazari nabanye abathunjwa ababephuma eBhabhele beya eJerusalema abazithatha, zaziyi-5 400 zegolide, nesiliva, nezinye izinto.


ngokuba ngivulelwe umnyango omkhulu wethuba lokusebenza; nakuba bebaningi abamelene nami.


“Ngalokho yazi, uqonde ukuthi, kusukela ekuphumeni kwezwi lokubuyisa nokwakha iJerusalema kuze kufike ogcotshiweyo, umbusi, kuyakuba ngamasonto ayisikhombisa, lihlale lakhiwe, imigwaqo yalo nogange lwalo, amasonto angama-62 nasesikhathini sokuhlupheka.


Ngakho-ke uDaniyeli walethwa phambi kwenkosi. Inkosi yakhuluma, yathi kuye: “Wena unguDaniyeli ongomunye wabathunjwa bakwaJuda, abalethwa yinkosi ubaba, bevela kwaJuda na?


Ababuye ekuthunjweni benza kanjalo. U-Ezra umphristi waqoka amadoda, izinhloko zemindeni ngokwezindlu zokhokho bazo, yileyo naleyo ibizwe ngegama. Lawo madoda ahlangana ngosuku lokuqala, ngenyanga yeshumi, ukuze aphande kabanzi ngalolu daba.


Bathumela isimemezelo kulo lonke elakwaJuda naseJerusalema, kubo bonke ababebuye ekuthunjweni, ukuba bahlangane eJerusalema,


Baphuma eBhabhele ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala, kwathi ngosuku lokuqala lwenyanga yesihlanu, bafika eJerusalema, ngokuba isandla somusa sikaNkulunkulu wakhe sasinaye,


Abantu bakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi nabo bonke abantu ababuye ekuthunjweni, bayehlukanisela uNkulunkulu indlu ngenkulu injabulo.


Umsindo wawumkhulu kangangokuthi wawuzwakala ukude, kodwa umuntu wayengekwazi ukwehlukanisa noma ungowokujabula noma ungowokukhala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite