U-Amose 7:1 - IsiZulu 20201 INkosi uSimakade yangibonisa kanje umbono: Bheka, yayenza isikhonyane ekuqaleni kokuhluma kotshani bakamuva. Uyabona-ke, kwakungutshani bakamuva osebusikiwe bungobenkosi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 INkosi uJehova yangibonisa kanje: bheka, yayenza isikhonyane ekuqaleni kokumila kotshani bamuva; bheka, kwakungutshani bamuva emva kokusika kwenkosi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 INkosi uJehova yangibonisa kanje; bheka, wenza isikhonyane ekuqaleni kokuhluma kotshani lokugcina; bheka, kwakuyihlaza lokugcina ngemva kokusikwa kwenkosi. Gade chapit la |
USimakade wangikhombisa; bheka, amaqoma amabili ayenamakhiwane ebekwe phambi kwethempeli likaSimakade, emveni kokuba uNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, ayesethumbe oJekhoniya indodana kaJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakwaJuda, nezingcweti nabacangcathi bensimbi, ebathumbe eJerusalema, wabayisa eBhabhele.