Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Amose 3:4 - IsiZulu 2020

4 Ibhubesi lingabhodla yini ehlathini uma lingabambe nyamazane na? Ibhongo lengonyama lingagwavuma yini uma lingabambe lutho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ingonyama iyabhodla ehlathini, ingenampango, na? Ibongo lengonyama liyezwakalisa izwi lalo emphandwini walo, uma lingabambanga lutho, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ingonyama ingabhonga yini ehlathini, ingenampango? Ibhongo lengonyama liyakhala emphandwini walo uma lingabambanga lutho na?

Gade chapit la Kopi




U-Amose 3:4
7 Referans Kwoze  

Bayakulandela uSimakade oyakubhonga njengengonyama, ngokuba uyakubhonga, qede kubuye abantwana bakhe bethuthumela, bevela entshonalanga.


Amabhongo amabhubesi agwavumele inyamazane, efuna ukudla kwawo kuNkulunkulu.


Wathi: “USimakade uyabhonga eZiyoni, azwakalise izwi lakhe eJerusalema. Amadlelo abelusi ayagagadeka, nesicongo seKharmeli siyabuna.”


Ingonyama ibhongile, pho ngubani ongayukwesaba na? INkosi uSimakade ikhulumile, pho ngubani ongayukuphrofetha na?


Ngokuba Mina ngiyakuba njengebhubesi ku-Efrayimi, nanjengebhongo lebhubesi kuyo indlu kaJuda. Mina luqobo, ngiyakubadwengula, bese ngihamba; ngiyakubathatha kungabi bikho obahlengayo.


Bangahambisana yini abantu ababili uma bengavumelananga na?


Inyoni ingawela yini ogibeni olusemhlabathini uma kungekho ecushwe ngakho na? Unoxhaka ungazisukela yini emhlabathini uma impela ungabambe lutho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite