UZefaniya 1:10 - IsiZulu 202010 “Kuyakuthi ngalolo lusuku kube khona ukukhala kalusizi, kuvela eSangweni Lezinhlanzi, nokulila, kuvela eNgxenyeni Yesibili, nokuphihlika okukhulu, kuvela emagqumeni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 “Ngalolo suku,” usho uJehova, “kuyakuba khona izwi lokukhala, livela eSangweni Lezinhlanzi, nokuhhewula, kuvela eNxenyeni Yesibili, nokufahlazeka okukhulu, kuvela emagqumeni. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Ngalolo suku, usho uJehova, kuyakuba khona umsindo wokukhala eSangweni Lezinhlanzi, nokukhala kwelesibili, nomsindo omkhulu ovela ezintabeni. Gade chapit la |
Niyakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade, lapho ababuleweyo babo bedindilize phakathi kwezithombe zabo, macala wonke ama-althare abo, kuwo wonke amagquma aphakemeyo, kuzo zonke iziqongo zezintaba, phansi kwayo yonke imithi eluhlaza, phansi kwayo yonke imi-okhi egcwele amaqabunga, ezindaweni lapho benikele khona ngokunephunga elimnandi, kuzo zonke izithombe zabo.