Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZakariya 4:1 - IsiZulu 2020

1 Ingelosi eyayikhuluma nami yabuya, yangivusa njengomuntu evuswa ebuthongweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ingelosi eyayikhuluma nami yabuya, yangivusa njengomuntu evuswa ebuthongweni bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ingelosi eyayikhuluma nami yabuye yafika, yangivusa njengomuntu ovuswa ebuthongweni bakhe;

Gade chapit la Kopi




UZakariya 4:1
12 Referans Kwoze  

Ngase ngithi: “Bangobani laba na?” Ingelosi eyayikhuluma nami yathi kimi: “Ngiyakukuchazela ukuthi bangobani laba.”


Esakhuluma nami, ngalala ubuthongo obukhulu, ubuso bami bubheke phansi; kepha wangithinta, wangimisa lapho kade ngimi khona.


Ngase ngiphaphama, ngabheka; ngangikade ngilele obumnandi ubuthongo.


Ngayibuza ingelosi eyayikhuluma nami, ngathi: “Ziyini lezi?” Yathi kimi: “Lezi yizimpondo ezihlakaze uJuda, u-Israyeli, neJerusalema.”


Kepha uPhethro nababenaye babelele zwi, kodwa kuthe sebephapheme, babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.


Ingelosi eyayikhuluma nami yaphuma-ke, kwathi enye ingelosi yeza ukuyihlangabeza.


USimakade wayiphendula ingelosi eyayikhuluma nami ngamazwi amahle, aduduzayo.


Ingelosi eyayikhuluma nami yangiphendula, yathi: “Awazi yini ukuthi kuyini lokhu na?” Ngathi: “Qha, mnumzane.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite