UZakariya 2:1 - IsiZulu 20201 Ngabheka, ngabona indoda iphethe esandleni intambo yokulinganisa. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nango umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 Ngaphinda ngaphakamisa amehlo ami, ngabona, bheka, nanko umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe. Gade chapit la |
Kwakukhona ugange ngaphandle kwendlu, luzungeze nxazonke, esandleni somuntu kukhona uhlanga lokulinganisa, lungamakhubhithi ayisithupha, yileyo naleyo iyikhubhithi engububanzi besandla. Walinganisa ububanzi besakhiwo: uhlanga olulodwa, nokuphakama: ububanzi besakhiwo babuluhlanga olulodwa, kanjalo nokuphakama kwaso kuwuhlanga olulodwa.