UZakariya 13:3 - IsiZulu 20203 Kuyakuthi uma omunye ephrofetha, uyise nonina abamzalayo bathi kuye: ‘Kufanele ufe, ngokuba uqambe amanga egameni likaSimakade,’ uyise nonina bayakumgwaza esaphrofetha. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kuyakuthi uma kusaprofetha umuntu, uyise nonina abamzalayo basho kuye ukuthi: ‘Awuyikuphila, ngokuba ukhuluma amanga egameni likaJehova,’ uyise nonina abamzalayo bamgwaze esaprofetha. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20243 Uma umuntu eprofetha, uyise nonina abamzalayo bayakuthi kuye: ‘Awuyikuphila; ngokuba ukhuluma amanga egameni likaJehova, uyise nonina abamzalayo bayakumhlaba, uma eprofetha. Gade chapit la |
Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, le ndawo iyisihlalo sami sobukhosi, nendawo yamathe ezinyawo zami, lapho ngiyakuhlala khona phakathi kwabantu bakwa-Israyeli kuze kube phakade. Indlu yakwa-Israyeli ayisayukulingcolisa igama lami elingcwele, yona namakhosi ayo, ngokuphinga kwayo nangezidumbu zamakhosi ayo ezindaweni zayo eziphakemeyo.