Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 4:9 - IsiZulu 2020

9 Wathi kumalunga nakubo bonke abantu ababelapho: “Namhlanje ningofakazi bokuthi ngikuthenge konke okuka-Elimelekhi nalokho okwakungokukaKhiliyoni noMahaloni obekusesandleni sikaNawomi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UBowazi wayesethi kumalunga nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla ukuthi ngithengile konke okwakungokuka-Elimeleki, nakho konke okwakungokukaKiliyoni nokukaMahaloni esandleni sikaNawomi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UBhowazi wayesethi emadodeni amadala nakubantu bonke: “Ningofakazi namuhla bokuthi ngithenge konke okungokuka-Elimeleki nakho konke okungokukaKiliyoni nokukaMagiloni esandleni sikaNawomi.

Gade chapit la Kopi




URuthe 4:9
6 Referans Kwoze  

Igama laleyo ndoda kwakungu-Elimelekhi, umkayo kunguNawomi, amadodana ayo amabili kunguMahaloni noKhiliyoni; babengama-Efratha aseBhethlehema kwaJuda. Bafika kwaMowabi bahlala khona.


Umhlengi wathi kuBhowazi: “Yithenge wena.” UBhowazi wakhumula imbadada yakhe.


NoRuthi wakwaMowabi umkaMahaloni ngimngenile ukuba abe ngumkami, ngivuse igama likamufi nefa lakhe ukuze angacinywa ezincwadini zomuzi nasemndenini. Namuhla nonke ningofakazi.”


“Qha, nkosi yami, ngicela ungizwe kahle. Ngiyakunika le nsimu, futhi ngiyakunika nomgede okuyo. Ngikunika yona phambi kwabantu bakithi, mngcwabe umkakho kuyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite