Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 3:6 - IsiZulu 2020

6 Wayesehla waya esibuyeni, wafike wenza njengalokhu uninazala emyalile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wehlela esibuyeni, wenza njengakho konke amyale ngakho uninazala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wehlela phansi, wenza njengalokho uninazala emyalile.

Gade chapit la Kopi




URuthe 3:6
7 Referans Kwoze  

Ndodana yami, lalela ukuqondisa kukayihlo, ungayedeleli imfundiso kanyoko,


Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.”


Hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni, uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona.


Nina ningabangani bami, inqobo nje uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


URuthi waphendula wathi: “Konke lokho okushoyo ngizokwenza.”


UBhowazi wadla, waphuza, wenama, wayesehla eyolala ngasekugcineni kwenqwaba yebhali. URuthi wanyonyoba wembula ingubo ezinyaweni zikaBhowazi, walala lapho.


U-Esteri akatshelanga muntu ngezihlobo zakhe noma ngabakubo, ngoba wayemdonse ngendlebe uMoridekhayi ukuba angasho lutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite