Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




URuthe 3:3 - IsiZulu 2020

3 Geza, uziqhole ngamakha, ugqoke kahle bese wehla uye esibuyeni. Ungaqale uziveze kuye engakaqedi ukudla nokuphuza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngakho-ke geza, ugcobe, ugqoke isambatho sakho, wehlele esibuyeni, kepha ungazazisi kulowo muntu, aze aqede ukudla nokuphuza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Geza, uzigcobe, wembathe izingubo zakho, wehlele phansi; kepha ungazazisi kulowo muntu, aze aqede ukudla nokuphuza.

Gade chapit la Kopi




URuthe 3:3
10 Referans Kwoze  

UJowabe wayesethumela eThekhowa, walanda khona owesifazane ohlakaniphileyo, wathi kuye: “Ake uzishaye olilayo, ugqoke inzilo, ungazigcobi ngamafutha, ube njengowesifazane oselile izinsuku eziningi elilela ofileyo,


Kwathi ngosuku lwesithathu, u-Esteri wagqoka ingubo yobundlovukazi, wema egcekeni lesigodlo senkosi elingaphakathi, eliqondene nendlu yenkosi. Inkosi yayihleli esihlalweni sayo sobukhosi, iqondene nesango elingenela esigodlweni.


Kepha, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho, ugeze ubuso bakho,


Izingubo zakho azihlale zimhlophe, nekhanda lakho lihlale ligcotshwe ngamafutha.


newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


UBhowazi lona obusebenza nezincekukazi zakhe akayiso yini isihlobo sethu esisondele, na? Bheka, namuhla kusihlwa uyokwela ibhali esibuyeni.


Ubombheka ukuthi uzolala kuphi, bese uya lapho, ufike uphakamise ingubo ezinyaweni zakhe uzishutheke, yena-ke uyokutshela ukuthi wenzeni.”


UDavide wayesesukuma emhlabathini, wageza, wazigcoba, waphendulela izingubo zakhe, wangena endlini kaSimakade wakhothama, wakhuleka. Wayeseya endlini yakhe wacela ukudla, bakubeka phambi kwakhe, wadla.


“ ‘ “Ngakugeza emanzini, ngasusa igazi elalikuwe, ngakugcoba ngamafutha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite