URuthe 3:12 - IsiZulu 202012 Impela kuliqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho, kodwa kukhona omunye umhlengi oseduze kakhulu kunami. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Yebo, kuqinisile ukuthi ngingumhlengi, kepha kukhona umhlengi omkhulu kunami. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Manje kuyiqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho segazi esiseduze nawe; kodwa kukhona isihlobo esiseduze kunami. Gade chapit la |
Ngibone ukuthi kungcono lolu daba ngikwazise lona phambi kwalawa malunga abantu bakithi, ukuze uma ufuna ukusithenga ukwenze lokho phambi kwawo. Kodwa uma ungathandi ungitshele ukuze ngazi ngoba akekho omunye ngaphandle kwakho ongasihlenga, mina ngingomncane.” Umnewabo wathi: “Kulungile, ngizosihlenga.”