4 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
4 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
Zaletha iminikelo yazo kuSimakade: izinqola eziyisithupha ezazimboziwe nezinkabi ezili-12, inqola eyodwa yabaholi ngababili nenkabi kumholi ngamunye, zakwethula kuSimakade.
“Zemukele kuzo lezo zipho, ukuze zenze umsebenzi wokukhonza ethendeni lokuhlangana, uyozinika abaLevi kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.”
Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.