Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 5:4 - IsiZulu 2020

4 Abantu bakwa-Israyeli benza kanjalo, babakhiphela ngaphandle kwenkambu; njengalokhu uSimakade ayekhulume noMose, benza kanjalo-ke abantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Abantwana bakwa-Israyeli benze njalo, babakhiphela ngaphandle kwekamu; njengalokho uJehova ekhulume kuMose, benze njalo-ke abantwana bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Abantwana bakwa-Israyeli benze njalo, babaxosha ekamu; njengalokho uJehova ekhulumile kuMose, benze njalo abantwana bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 5:4
5 Referans Kwoze  

Niyokhiphela ngaphandle kwenkambu abesilisa nabesifazane, ukuze bangalingcolisi inkambu engihlala kulo.”


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


Abantu bakwa-Israyeli bahamba njengoba uSimakade ebayalile oMose no-Aroni.


Bonke abantu bakwa-Israyeli benza njengoba uSimakade ayebayalile ngoMose no-Aroni.


U-Uziya, inkosi, waba nochoko waze waficwa lusuku lokufa kwakhe. Wayehlala endlini eyehlukanisiwe kwezinye, ngokuba enochoko. Wanqatshelwa ukuba angene endlini kaSimakade, ngokuba wayenochoko. UJothamu, indodana yakhe, wengamela indlu yenkosi, futhi wehlulela abantu bezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite