Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 5:10 - IsiZulu 2020

10 Izinto zonke ezingcwele ziyakuba ngezakhe, nakho konke abayakukunikela kumphristi kuyokuba ngokwakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Izinto ezingcwele zalowo nalowo ziyakuba ngezakhe; noma kungaba yini umuntu akunika umpristi, kuyakuba ngokwakhe.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Indlu engcwele yalowo nalowo iyakuba ngeyakhe; konke umuntu akunika umpristi, kuyakuba ngeyakhe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 5:10
4 Referans Kwoze  

niyakuwudla endaweni engcwele, ngokuba uyisabelo sakho nesabelo samadodana akho eminikelweni yokushiswa kaSimakade, ngokuba ngiyalwe kanjalo.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


UMose wanika u-Eleyazare, umphristi, intela eyayingumnikelo kaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Lezi zinto ziyokuba yisimiso saphakade ku-Aroni namadodana akhe ezivela kuma-Israyeli, ngokuba lokhu kungumnikelo, futhi kuyokuba ngumnikelo wabakwa-Israyeli ovela eminikelweni yabo yokuthula, okungumnikelo kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite