Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:9 - IsiZulu 2020

9 “Bayakuthatha indwangu eluhlaza okwesibhakabhaka, bamboze uthi lwezibani, nezibani zalo, izindlawu zalo, izitsha zalo zomlotha, nazo zonke izitsha zamafutha abazisebenzisa kulo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Bayakuthabatha indwangu eluhlaza, balusibekele uthi lwezibani, nezibani zalo, nezizenze zalo, nezitsha zalo zomlotha, nezitsha zonke zalo zamafutha abakhonza ngazo kulo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bayakuthatha indwangu ebubende bamboze uthi lwesibani lwesibani, nezibani zalo, nezindlawu zalo, nezitsha zalo, nezitsha zalo zamafutha abakhonza ngazo kulo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:9
8 Referans Kwoze  

Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zegolide zezibani eziyisikhombisa, yile: izinkanyezi eziyisikhombisa yizingelosi zamabandla ayisikhombisa, kuthi izinti zegolide zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.”


Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.


Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.


Bayakwendlala phezu kwazo indwangu ebomvu, bayemboze ngesikhumba samahlengethwa, bese befaka izingongolo zalo.


bayakulufaka nezinto zalo zonke esikhumbeni samahlengethwa, bese bekubeka konke ohlakeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite