Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:37 - IsiZulu 2020

37 Yilabo ababalwayo, bemindeni yamaKhohathi, bonke abakhonza ethendeni lokuhlangana, ababalwa nguMose no-Aroni njengesiyalezo sikaSimakade ngesandla sikaMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Yilabo ababalwayo bemindeni yamaKohati, bonke abakhonza etendeni lokuhlangana, ababalwa nguMose nangu-Aroni njengesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Laba babe ngababalwayo bensendo zamaKohati, bonke ababengakhonza ethenteni lenhlangano, uMozisi loAroni ababalayo ngesiyalezo sikaJehova ngenkonzo kaMozisi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:37
7 Referans Kwoze  

KuKhohathi kwavela le mindeni: oka-Amramu, okaJizihari, okaHebhroni noka-Uziyeli. Yilena imindeni kaKhohathi.


Labo ababalwa ngemindeni yabo babeyizi-2 750.


Labo ababalwayo bozalo lukaGereshoni ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo,


Lezi yizimiso nezehlulelo nemithetho okwamiswa nguSimakade phakathi kwakhe nabantu bakwa-Israyeli entabeni iSinayi, ngesandla sikaMose.


UMose wababala abaLevi njengezwi likaSimakade, njengalokhu ayemyalile uSimakade.


kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala ethendeni lokuhlangana,


Babalwa-ke njengesiyalezo sikaSimakade kuMose, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wakhe nasemthwalweni wakhe. Babalwa kanjalo-ke, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite