Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 4:23 - IsiZulu 2020

23 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuyokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena enkonzweni ukwenza umsebenzi etendeni lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuya kwabaneminyaka engamashumi amahlanu kumelwe uwabale; bonke abangena ukwenza inkonzo, ukwenza umsebenzi etendeni lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 4:23
18 Referans Kwoze  

kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuzokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga, ngikugcinile ukukholwa;


Thimothewu mntanami, ngikunika lo myalo njengokweziphrofetho ezandulelayo ngawe, ukuze ngazo ulwe ukulwa okuhle,


Kepha abakaKhristu bayibethele imvelo eyonakeleyo nokuhuheka nezinkanuko zayo.


Ngokuba imvelo eyonakeleyo ikhanuka okuphambene noMoya, noMoya okuphambene nemvelo eyonakeleyo. Lezi zinto ziyamelana, ukuze ningakwenzi lokho enikufisayo.


ngezwi leqiniso, ngamandla kaNkulunkulu, ngezikhali zokulunga zesokunene nezesokhohlo,


Ngubani oke aye empini ngezakhe izindleko na? Ngubani otshala isivini, angadli isithelo saso na? Ngubani owalusa umhlambi, angaludli ubisi lomhlambi na?


Njengokwezwi lokugcina likaDavide, leli yinani labozalo lukaLevi, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.


Yilabo-ke okwakungabozalo lukaLevi ngokwezindlu zokhokho babo, izinhloko zoyise, bebalwa ngamanani abo, ngamagama abo nangezinhloko zabo. Yibona ababenza umsebenzi wokukhonza endlini kaSimakade, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.


AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.


“Bala inani labozalo lukaGereshoni ngokwezindlu zokhokho babo nangemindeni yabo,


“Nanku umsebenzi wemindeni kaGereshoni, ngowokukhonza nowokuthwala:


Kusukela kwabaneminyaka engama-50 bayoyeka ukwenza umsebenzi wenkonzo, abasayukuphinde bawenze futhi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite