UNumeri 36:7 - IsiZulu 20207 ukuze kungabikho ifa labantu bakwa-Israyeli eliyakudluliselwa kwezinye izizwana, yilowo nalowo wabantu bakwa-Israyeli uyakunamathela efeni lesizwana sokhokho bakhe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ifa labantwana bakwa-Israyeli aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayakunamathela, kube yilowo nalowo efeni lesizwe sawoyise. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Ngakho ifa labantwana bakwa-Israyeli ngeke lisuke kwesinye isizwe liye kwesinye, ngoba abantwana bakwa-Israyeli kumelwe balondoloze yilowo nalowo efeni lesizwe soyise. Gade chapit la |
Ngakho-ke inkosi yami, inkosi uSawule, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma kunguSimakade okwenza ukuba umelane nami, makawamukele umnikelo, kodwa uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaSimakade, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingabi nenhlanganyelo efeni likaSimakade, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’