Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 36:1 - IsiZulu 2020

1 Izinhloko zezindlu zoyise bemindeni yozalo lukaGileyadi kaMakhiri kaManase, nabozalo lukaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwabaholi, abayizinhloko zezindlu zoyise bakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Izinhloko zezindlu zawoyise bomndeni wabantwana bakwaGileyadi kaMakiri kaManase, abemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zezindlu zawoyise babantwana bakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Izinhloko zemindeni yabantwana bakwaGileyadi indodana kaMagiri kaManase, owemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zawoyise. Abantwana bakwa-Israyeli:

Gade chapit la Kopi




UNumeri 36:1
7 Referans Kwoze  

Kwase kusondela amadodakazi kaZelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakhiri emndenini kaManase, indodana kaJosefa. Nanka amagama amadodakazi akhe: kwakunguMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThiriza.


waze wabona ngisho isizukulwane sesithathu sabantwana baka-Efrayimi; nabantwana bakaMakhiri indodana kaManase, wabagona ethangeni lakhe besanda kuzalwa.


Ama ngasemnyango wethende lokuhlangana phambi koMose, u-Eleyazare umphristi, abaholi, nayo yonke inhlangano, athi:


“Amadodakazi kaZelofehadi akhulume kahle. Uyakuwabela nokuwabela izwe eliyifa lawo kubafowabo bakayise, uledlulisele kuwo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite