Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:3 - IsiZulu 2020

3 Imizi iyoba ngeyabo ukuba bahlale kuyo, namadlelo ezinkomo zabo abe yimpahla yabo, nawezilwane zonke zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Imizi ayakuhlala kuyo, amadlelo awo abe ngawezinkomo zawo, nawempahla yawo, nawezilwane zonke zawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bayakuba nemizi yokuhlala kuyo; amadlelo awo abe ngawezinkomo zawo, nempahla yawo, nemfuyo yawo yonke.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:3
6 Referans Kwoze  

Ingxenye yalo iyakuba yindawo engcwele engamakhubhithi angama-500 nxazonke, nendawo eyisikwele eyizungezile engenalutho engamakhubhithi angama-50.


AbaLevi bashiya amadlelo abo nefa labo, baya kwaJuda naseJerusalema, ngokuba uJerobhowamu namadodana akhe bawenqabela ukuba abe ngabaphristi bakaSimakade.


Bawanika iKiriyathi Arbha okuyiHebhroni, umuzi kayise ka-Anaki, ezintabeni kwaJuda namadlelo awo nxazonke zawo.


“Yala abantu bakwa-Israyeli ukuba baphe abaLevi, ezweni eliyifa labo, imizi ukuba bahlale kuyo. AbaLevi niyobanika namadlelo azungeze leyo mizi, nxazonke.


“Amadlelo emizi eniyowanika abaLevi ayosuka ogangeni lomuzi, amakhubhithi ayinkulungwane, nxazonke.


“Uma umLevi eshiya noma yimuphi wemizi yenu yonke yakwa-Israyeli, lapho kade ehlala khona, aye endaweni ayakuyikhetha uSimakade,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite