Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:22 - IsiZulu 2020

22 “ ‘Uma umuntu engazelele, ethuka sekungqubuzeka omunye kodwa engamzondi, noma emjikijela ngokuthile engamqamekelanga,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “ ‘Kepha uma emgqula engazelele kungengabutha, noma emphonsa ngento engamqamekelanga,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kodwa uma evele wamsunduza engenabutha, noma emjikijela utho, engalindanga,

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:22
8 Referans Kwoze  

niyoqoka imizi yokuphephela lapho umbulali obulale umuntu ngokungeyona inhloso eyobalekela khona.


Kepha uma kube yingozi engakusophile, kunguNkulunkulu omnikele esandleni sakhe, ngiyakummisela indawo lapho eyobalekela khona.


Uma umphindiseli wegazi emlandela, ngeke neze amnikele kuye umbulali, ngokuba wambulala umakhelwane wakhe ngephutha, kwakungekho nzondo phakathi kwabo ngaphambilini.


ukuze lowo obulala umuntu ngephutha engahlosile abalekele kuyo; iyokuba kini yindawo yokuphephela kumphindiseli wegazi.


nomuntu oyohamba nomngani wakhe baye ehlathini ukuyogawula imithi, kuthi esagawula, kuphume insimbi emphinini wembazo imshaye umakhelwane wakhe, afe, lowo muntu uyobalekela komunye wale mizi.


Noma ngubani okuthi ngokuzonda omunye bese emdudula noma amcuthele, amjikijele ngokuthile, afe,


noma ngobutha, amshaye ngesibhakela, aze afe; ungumbulali. Umphindiseli wegazi lapho ehlangana nombulali uyakumbulala.


noma ngetshe elingambulala, engahlosile liwele kuye, afe, engeyiso isitha sakhe, futhi ebengahlose kumlimaza,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite