Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:21 - IsiZulu 2020

21 noma ngobutha, amshaye ngesibhakela, aze afe; ungumbulali. Umphindiseli wegazi lapho ehlangana nombulali uyakumbulala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 noma emshaya ngesandla sakhe ngobutha aze afe, omshayileyo wobulawa nokubulawa; ungumbulali; umphindiseli wegazi uyakumbulala umbulali, lapho ehlangana naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 noma umshaye ngesandla sakhe ngobutha aze afe; omshayileyo wobulawa nokubulawa; ngoba ungumbulali: umphindiseli wegazi uzambulala umbulali, nxa ehlangana laye.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:21
7 Referans Kwoze  

Noma ngubani okuthi ngokuzonda omunye bese emdudula noma amcuthele, amjikijele ngokuthile, afe,


“ ‘Uma umuntu engazelele, ethuka sekungqubuzeka omunye kodwa engamzondi, noma emjikijela ngokuthile engamqamekelanga,


Wayesethi yena: “Inkosi ake ikhumbule uSimakade uNkulunkulu wayo ukuba umphindiseli wegazi angaqhubeki nokubulala, nokuthi bangayibulali indodana yami.” Yathi: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade, akukho nolulodwa unwele lwendodana yakho oluyakuwela phansi.”


Bheka, namuhla usungixoshile emhlabeni, sengingumhambuma nozulane ezweni, ngethuswa wubala, noma ngubani ohlangana nami uzofuna ukungibulala.”


Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa.


Umphindiseli wegazi lapho ehlangana nombulali uyakumbulala.


Ngiyakukwehlulela ngesehlulelo seziphingikazi nesabachithi begazi, ngehlisele phezu kwakho igazi lolaka nomhawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite