UNumeri 35:15 - IsiZulu 202015 Le mizi iyokuba ngeyokuphephela kubantu bakwa-Israyeli, kumfokazi, nakogogobeleyo phakathi kwabo, ukuze yilowo nalowo obulala umuntu ngokungenhloso abalekele kuyo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Kubantwana bakwa-Israyeli, nakumfokazi, nakogogobeleyo phakathi kwabo lemizi iyakuba ngeyokuphephela ukuba yilowo nalowo obulala umuntu kungengamabomu abalekele khona. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202415 Le mizi eyisithupha iyakuba yindawo yokuphephela yabantwana bakwa-Israyeli, nakumfokazi, nakomfokazi phakathi kwabo; Gade chapit la |