Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 35:13 - IsiZulu 2020

13 Imizi eniyobanika yona ibe ngeyokuphephela, iyokuba yisithupha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Imizi eniyakuwanika yona iyakuba yimizi yenu eyisithupha yokuphephela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuleyo mizi eniyakunika yona, niyakuba nemizi eyisithupha yesiphephelo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 35:13
5 Referans Kwoze  

Kini iyokuba yimizi yokuphephela kumphindiseli, ukuze umbulali angafi engakemi phambi kwenhlangano, ahlulelwe.


Niyoqoka imizi emithathu phesheya kweJordani, niqoke eminye emithathu eKhanani ibe yimizi yokuphephela.


Lena kwakuyimizi eyehlukaniselwa bonke abantu bakwa-Israyeli nabafokazi ababegogobele phakathi kwabo, ukuze yilowo nalowo obulele umuntu ngephutha abalekele khona, angabulawa ngumphindiseli wegazi, aze ame phambi kwebandla kuthethwe icala lakhe.


“Imizi eniyoyinika abaLevi iyoba yimizi eyisithupha yokuphephela, lapho umbulali eyobalekela khona ukuba aphephe kuyo. Ngaphandle kwayo, niyobanika imizi engama-42.


Abozalo luka-Aroni balunika imizi yokuphephela: iHebhroni, neLibhina namadlelo ayo, iJathiri, ne-Eshithemowa namadlelo ayo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite