Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 34:15 - IsiZulu 2020

15 Lezi zizwe ezimbili nengxenye zalithola ifa lazo phesheya kweJordani ngasempumalanga yeJerikho, lapho kuphuma khona ilanga.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 lezi zizwe ezimbili nenxenye zathola ifa lazo ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga, lapho kuphuma khona ilanga.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izizwe ezimbili nengxenye yesizwe zadla ifa lazo nganeno kweJordani ngaseJeriko ngasempumalanga ngasempumalanga.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 34:15
5 Referans Kwoze  

Siyakuwela sihlomile phambi kukaSimakade, siye eKhanani, nokho izwe eliyifa lethu liyosala lingelethu ngaphesheya kweJordani.”


ngokuba isizwana sabozalo lukaRubeni ngokwezindlu zokhokho babo nesizwana sabozalo lukaGadi ngokwezindlu zokhokho babo sezilitholile ifa lazo, kanjalo nengxenye yesizwana sakwaManase.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


waxosha izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe phambi kwakho, ukuze akungenise, akunike izwe lazo, libe yifa lakho njengoba kunjalo nanamuhla.


UMose wayesenika abozalo lukaGadi nabolukaRubeni nengxenye yesizwana sakwaManase, indodana kaJosefa, umbuso kaSihoni inkosi yama-Amori nombuso ka-Ogi inkosi yaseBhashani, izwe nemizi nezifunda ezizungeze imizi yezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite