Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 34:14 - IsiZulu 2020

14 ngokuba isizwana sabozalo lukaRubeni ngokwezindlu zokhokho babo nesizwana sabozalo lukaGadi ngokwezindlu zokhokho babo sezilitholile ifa lazo, kanjalo nengxenye yesizwana sakwaManase.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngokuba isizwe sabantwana bakwaRubeni njengezindlu zawoyise nesizwe sabantwana bakwaGadi njengezindlu zawoyise sezilitholile, nenxenye yesizwe sakwaManase isilitholile ifa layo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba isizwe sabantwana bakwaRubeni ngokwezindlu zoyise, nesizwe sabantwana bakwaGadi ngokwezindlu zoyise, sazuza ifa laso; inxenye yesizwe sakwaManase yazuza ifa laso.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 34:14
8 Referans Kwoze  

UMose wayesenika abozalo lukaGadi nabolukaRubeni nengxenye yesizwana sakwaManase, indodana kaJosefa, umbuso kaSihoni inkosi yama-Amori nombuso ka-Ogi inkosi yaseBhashani, izwe nemizi nezifunda ezizungeze imizi yezwe.


“Kepha uma ningeyukwenza kanjalo, niyobe nonile kuSimakade, futhi yazini ukuthi niyoba nesono.


Lezi zizwe ezimbili nengxenye zalithola ifa lazo phesheya kweJordani ngasempumalanga yeJerikho, lapho kuphuma khona ilanga.”


waxosha izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe phambi kwakho, ukuze akungenise, akunike izwe lazo, libe yifa lakho njengoba kunjalo nanamuhla.


Wazikhethela isabelo sekhethelo, ngokuba sasigodlwe lapho isabelo somehluleli; wahamba nabaholi babantu, wafeza ubulungiswa bukaSimakade nezehlulelo zakhe ngo-Israyeli.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite