Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 33:54 - IsiZulu 2020

54 Niyakulidla izwe ngonkatho, ngokwemindeni yakini, abaningi niyakubabela ifa elikhulu, nabayingcosana nibabele ifa elincane, noma kuphi lapho unkatho lumudla khona umuntu, kuyakuba ngelakhe; niyakulidla ifa ngokwezizwana zoyihlo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Niyakulidla izwe ngenkatho ngokwemindeni yakini, abaningi nibanike ifa elikhulu, nabayingcosana nibanike ifa elincane, nakuphi lapho inkatho imudla khona umuntu, kuzakuba ngelakhe; niyakulidla ifa ngokwezizwe zawoyihlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Kumelwe nihlukanise izwe ngenkatho phakathi kwezizukulwane zenu; futhi eniyomnika okuningi, ifa elikhulu, futhi omncane, ifa elincane; ifa lawo wonke umuntu kumelwe libe sendaweni lapho isabelo sakhe siwela khona; niyakudla ifa ngokwezizwe zoyihlo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 33:54
8 Referans Kwoze  

Benza unkatho ngesizwana sabozalo lukaBhenjamini nemindeni yaso; banikezwa indawo eyayiphakathi kwabozalo lukaJuda nabolukaJosefa.


Imizi eniyobanika yona niyoyithatha kuso isabelo sabantu bakwa-Israyeli, kwesikhulu niyothatha eminingi, kwesincane nithathe eyingcosana. Yilowo nalowo uyonika abaLevi ngokuthi athathe emizini eyisabelo sefa lakhe alidlayo.”


zonke izakhamuzi zakwelezintaba, kusuka eLebhanoni kuya eMishirefothi Mayimi, nawo wonke amaSidoni. Mina luqobo ngizobaxosha phambi kuka-Israyeli; izwe ngilabele u-Israyeli kuphela, libe yifa lakhe njengalokhu ngikuyalile.


Ifa labo lehlukaniswa ngonkatho, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose maqondana nezizwana eziyisishiyagalolunye nengxenye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite