Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 32:28 - IsiZulu 2020

28 UMose wayeseyala ngabo u-Eleyazare, umphristi noJoshuwa, indodana kaNuni, nabaholi bezindlu zawoyise bezizwana zabantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 UMose wayeseyala u-Eleyazare umpristi, noJoshuwa indodana kaNuni, nezinhloko zezindlu zawoyise bezizwe zabantwana bakwa-Israyeli ngabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 UMose wayala ngabo kumpristi u-Eleyazare noJoshuwa indodana kaNuni nezinhloko zezindlu zoyise zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 32:28
3 Referans Kwoze  

“Khumbulani izwi uMose, inceku kaNkulunkulu, aniyala ngalo, ethi: ‘USimakade uNkulunkulu wenu uzakunabela indawo yokuphumula, futhi uyakuninika leli lizwe.’


kodwa izinceku zakho ziyowela, zihlomele ukulwa phambi kukaSimakade, ziyophuma zilwe, njengalokhu isho inkosi yami.”


UMose wathi kubo: “Uma abakwaGadi nabakwaRubeni bewela nani iJordani, bonke behlomele ukulwa phambi kukaSimakade, izwe balinqobe phambi kwenu, niyobanika izwe lakwaGileyadi libe yifa labo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite