Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 32:10 - IsiZulu 2020

10 Intukuthelo kaSimakade yavutha ngalolo lusuku, wafunga wathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Intukuthelo kaJehova yavutha ngalolo suku, wafunga wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Intukuthelo kaJehova yavutha ngaso leso sikhathi, wafunga wathi:

Gade chapit la Kopi




UNumeri 32:10
8 Referans Kwoze  

USimakade wayesekhuluma kuMose, wathi: “Kuyoze kube nini laba bantu bengedelela na? Kuyoze kube nini bengakholwa yimi nayizibonakaliso zonke engizenze phakathi kwabo na?


Phezu kwalokho ngafunga kubo ehlane ukuthi angiyukubangenisa ezweni engangibanike lona, elichichima ubisi noju, elihle kunawo wonke amazwe,


Ngafunga ngabo olakeni lwami, ngathi: “Abasoze bangena ekuphumuleni kwami.”


Izidumbu zenu ziyoba zigingqane kuleli hlane; bonke abantu ababalwayo kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, abakhononde ngami,


akukho namunye kubo oyakulibona izwe engafunga kokhokho babo ngalo. Bonke labo abangedelela ehlane abayukulibona.


Nokho ngifunga ngiyagomela, uma nje inkazimulo kaSimakade isawugcwalisa umhlaba wonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite