Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:49 - IsiZulu 2020

49 zathi kuye: “Izinceku zakho zibale wonke amabutho asesandleni sethu, akukho nalinye elisalile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 “Izinceku zakho zibale onke amadoda empi asesandleni sethu, akwasala neyodwa yethu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Base bethi kuMose: “Izinceku zakho zibalile amadoda empi ayephansi kwesandla sethu, akwasilelanga neyodwa kithi.”

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:49
6 Referans Kwoze  

ukuze kugcwaliseke izwi alishoyo, wathi: “Kulabo ongiphe bona, angilahlekelwanga namunye.”


Iyokhulula impilo yabo kumcindezeli nonendluzula, igazi labo liyigugu emehlweni ayo.


Iziphathimandla ezazingabakhuzi bezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose,


Silethe umnikelo kaSimakade, yilowo nalowo kulokho akutholileyo: izinto zegolide, izigqizo, amasongo, izindandatho, amacici, nemigexo, ukuze senzele imiphefumulo yethu ukubuyisana phambi kukaSimakade.”


“Lapho kubalwa abantu bakwa-Israyeli ukuze bonke babhaliswe, lapho bebhaliswa, bonke bayakukhokha inhlawulo yempilo yabo kuSimakade, ukuze bangehlelwa ubhubhane ngenxa yokubalwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite