Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 31:12 - IsiZulu 2020

12 Abathunjwa nempahla ababeyidlile bakuletha kuMose no-Eleyazare, umphristi, nenhlangano yabakwa-Israyeli enkanjini emathafeni kwaMowabi angaseJordani, phesheya kweJerikho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Baletha abathunjwa, nempango, nempahla edliweyo kuMose naku-Eleyazare umpristi, nakuyo inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ekamu* emathafeni akwaMowabi angaseJordani ngaseJeriko.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Baletha abathunjwa, nempango, nempango kuMose, naku-Eleyazare umpristi, nasenhlanganweni yabantwana bakwa-Israyeli ekamu emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 31:12
5 Referans Kwoze  

Abakwa-Israyeli bahamba, bakanisa emathafeni akwaMowabi, phesheya kweJordani maqondana neJerikho.


Baphanga yonke impahla yabo, bathumba abantu nezilwane.


UMose no-Eleyazare, umphristi, nazo bonke abaholi benhlangano baphuma bayobahlangabeza ngaphandle kwenkambu.


Kepha lonke isiliva, igolide, izitsha zethusi nezensimbi kungcwele kuSimakade, kuyakuyiswa endlini yengcebo kaSimakade.”


Yonke impango yaleyo mizi nezinkomo, abantu bakwa-Israyeli bazithathela khona; kodwa bababulala ngenkemba bonke abantu baze babaqothula; akwaze kwasala noyedwa ophefumulayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite