Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 30:9 - IsiZulu 2020

9 “ ‘Isithembiso somfelokazi noma esolahlwe yindoda, konke azibophezele ngakho, kuyohlala kunjalo kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “ ‘Kepha isithembiso somfelokazi noma esolahliweyo, konke abophe ngakho umphefumulo wakhe kuyakuma kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha zonke izithembiso zomfelokazi nezohlukanisiweyo azibophe ngazo umphefumulo wakhe ziyakuma kuye.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 30:9
6 Referans Kwoze  

Ngokuba owesifazane oganile ubophelekile ngokomthetho endodeni yakhe, inqobo nje uma isaphila; kodwa uma indoda isifile, ukhululiwe emthethweni wendoda.


Wayengumfelokazi waze waba neminyaka engama-84, engasuki ethempelini, ekhonza ngokuzila nangokukhuleka ubusuku nemini.


“ ‘Abanakuthatha owesifazane oyisifebe nowonakeleyo, noma owesifazane olahlwe yindoda yakhe, ngokuba umphristi ungcwele kuNkulunkulu wakhe.


Kepha uma indoda yakhe imelana nakho ngosuku ekuzwa ngalo, uyakuzephula izifungo ayezibophezele ngazo, noma lokho asheshe wakukhuluma ngomlomo wakhe wazibophezela ngakho; uSimakade uyakumthethelela.


“ ‘Uma owesifazane enza isifungo esemzini wendoda ayiganile, noma ezibophezela ngaso,


Uma esephumile endlini yakhe, angahamba-ke abe ngowenye indoda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite