Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 30:1 - IsiZulu 2020

1 UMose wayesekhuluma nabaholi bezizwana zakwa-Israyeli, wathi: “Nakhu angiyale ngakho uSimakade:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UMose wayesekhuluma kuzo izinhloko zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, ethi: “Yilokhu uJehova ayale ngakho ukuthi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UMose wakhuluma ezinhloko zezizwe ngabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nansi indaba uJehova ayale ngayo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 30:1
8 Referans Kwoze  

Izikhulu zakwa-Israyeli, izinhloko zezindlu zawoyise nabaholi bezizwe ababebekwe phezu kwababalwayo, zenza umnikelo.


UMose wakhetha amadoda anekhono phakathi kwabakwa-Israyeli, wawabeka aba yizinduna zabantu, aba yizinduna phezu kwezinkulungwane, phezu kwamakhulu, phezu kwama-50, naphezu kweshumi.


UMose wabatshela abantu bakwa-Israyeli konke lokho uSimakade ayemyale ngakho.


“Uma wenza isifungo kuSimakade uNkulunkulu wakho, ungalibali ukusifeza, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho ulindele ukuba usifeze impela, ukungasifezi kuyakuba yisono kuwe.


UMose wayesetshela u-Aroni wonke amazwi kaSimakade ayemthume wona, nazo zonke izibonakaliso ayemyale ukuba azenze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite