Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:31 - IsiZulu 2020

31 Umsebenzi wabo kwakungukugcina umphongolo, itafula, uthi lwezibani, ama-althare, izitsha ezisetshenziswa endaweni engcwele, ikhethini nayo yonke imisebenzi eyayenziwa ngalezo zinto.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Okugcinwa yibo kuyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwezibani, nama-altare, nezimpahla zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalokho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Inkonzo yabo iyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwesibani, nama-altare, nezinto zendlu engcwele abakhonza ngazo, neveli, nayo yonke inkonzo yalo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:31
15 Referans Kwoze  

Wabeka umcengezi phakathi kwethende lokuhlangana ne-althare, wathela kuwo amanzi okugeza,


UBhezaleli wawakha umphongolo ngokhuni lomkhambathi; waba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, yikhubhithi nengxenye ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.


Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.


Umholi wemindeni yamaKhohathi kwakungu-Elizafani indodana ka-Uziyeli.


U-Eleyazare, indodana ka-Aroni, umphristi uyokwengamela abaLevi, abheke abenza imisebenzi endaweni engcwele.


Ngaleso sikhathi uSimakade wehlukanisa isizwana sakwaLevi ukuba sithwale umphongolo wesivumelwano sikaSimakade, nokuba sime phambi kukaSimakade ukumkhonza nokubusisa egameni lakhe, kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite