Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 3:21 - IsiZulu 2020

21 KuGereshomi kwavela umndeni kaLibhini nokaShimeyi, lena yiyona imindeni yakwaGereshoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 KwaGereshoni kwavela umndeni wamaLibini nomndeni wamaShimeyi; yileyo eyimindeni yamaGereshoni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 KwaGereshoni kwavela umndeni wakwaLibini nomndeni wakwaSimi; lezi ziyizizukulwane zamaGereshoni.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 3:21
9 Referans Kwoze  

Amadodana kaMerari ngemindeni yawo: uMaheli noMushi. Leyo yimindeni yabaLevi ngezindlu zokhokho babo.


Inani labo bonke abesilisa ababalwayo, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-7 500.


Nansi imindeni yabaLevi: umndeni wabakwaLibhini, umndeni wabakwaHebhroni, umndeni wabakwaMaheli, umndeni wabakwaMushi, nomndeni wabakwaKhora. UKhohathi wazala u-Amramu.


Lawa ngamagama amadodana kaLevi ngezizukulwane zawo: nguGereshomu, uKhohathi, noMerari. Iminyaka kaLevi yokuphila yaba yi-137.


Lawa ngamagama amadodana kaGereshoni ngemindeni yawo: uLibhini noShimeyi.


“Bala inani labozalo lukaGereshoni ngokwezindlu zokhokho babo nangemindeni yabo,


Abozalo lukaGerishoni bathola imizi eli-13 emindenini yesizwana sakwa-Isakhare, esakwa-Asheri, esakwaNafethali nasengxenyeni yesizwana sakwaManase, eBhashani.


Nanka amagama amadodana kaGereshomu: nguLibhini noShimeyi.


umndeni wendlu kaLevi ulile wodwa, nabesifazane bawo balile bodwa, umndeni kaShimeyi ulile wodwa, nabesifazane bawo balile bodwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite