Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:32 - IsiZulu 2020

32 “ ‘Ngosuku lwesikhombisa niyonikela ngalokhu: izinkunzi eziyisikhombisa, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna ezili-14 ezinyaka munye ezingenasici,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 “ ‘Ngosuku lwesikhombisa: izinkunzi eziyisikhombisa, nezinqama ezimbili, nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye ezingenasici,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngosuku lwesikhombisa izinkunzi eziyisikhombisa, izinqama ezimbili, nezimvu zamawundlu ezineminyaka eyishumi nane ezingenasici;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:32
5 Referans Kwoze  

Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu neminikelo yawo yokuphuzwayo.


nomnikelo wazo wokusanhlamvu, neminikelo yazo yokuphuzwayo ngezinkunzi nangezinqama nangezimvu, njengokwenani lazo ngokwesimiso.


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Ngakhele lapha ama-althare ayisikhombisa, bese ungilungisela izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.”


Kwathi lapho uNkulunkulu esebasizile abaLevi, abathwali bomphongolo wesivumelwano sikaSimakade, base benikela ngezinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.


Ngakho-ke usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uyabona-ke, ngiyakukuxosha ebusweni bomhlaba, futhi uzakufa kuwo lo nyaka ngokuba ukhulume ngokuthi abantu bahlubuke kuSimakade.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite