Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:25 - IsiZulu 2020

25 Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu nomnikelo wawo wokuphuzwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Nezinyane elilodwa libe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:25
13 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngaye, masinikele umhlatshelo wokudumisa kuNkulunkulu, okuyisona sithelo sezindebe zomlomo wethu, sivume igama lakhe.


Kepha thina asisibo abokuhlehlela ekubhujisweni, kodwa singabokukholwa, kuze kube ngukusindiswa komphefumulo.


Ngokuba singabahlanganyela kuKhristu, uma impela sibambisisa ithemba lethu lokuqala kuze kube sekupheleni.


Kepha nina bazalwane, ningadinwa ngukwenza okuhle.


Masingakhathali ngukwenza okuhle, ngokuba siyovuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


Kepha ukuze nilondelwe iqiniso levangeli ukuba liqhubeke ngani, asizange sihlehle ngisho nakancane nje ukuba sibathobele.


kulabo okuthe ngokubekezela ekwenzeni okuhle bayifuna inkazimulo nodumo nokungaboli, bafumana ukuphila okuphakade.


Kuthe sebehlakazekile ababesesinagogeni, iningi labaJuda nabaphroselithe akhonzayo balandela uPawula noBharnabha, abakhuluma nabo bebancenga ukuba bahlale emseni kaNkulunkulu.


Ngakho-ke uJesu wakhuluma kubaJuda abase bekholwa kuye, wathi: “Uma nimi esifundisweni sami, ningabafundi bami uqobo,


Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngale komnikelo wesono wokubuyisana, nomnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu, neminikelo yayo yokuphuzwayo.


Bathatha ingubo kaJosefa ende, base behlaba impongo, bacwilisa ingubo kaJosefa egazini layo.


nomnikelo wazo wokusanhlamvu, neminikelo yazo yokuphuzwayo ngezinkunzi nangezinqama nangezimvu, njengokwenani lazo ngokwesimiso.


“ ‘Ngosuku lwesihlanu niyonikela ngalokhu: izinkunzi eziyisishiyagalolunye, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna ezili-14 ezinyaka munye ezingenasici,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite