Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:22 - IsiZulu 2020

22 Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu nomnikelo wawo wokuphuzwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, nomnikelo wawo wokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:22
6 Referans Kwoze  

Ngubani owaziyo uma engabuya axolele, ashiye isibusiso emva kwakhe, kube ngumnikelo wokusanhlamvu nowokuphuzwayo kuSimakade uNkulunkulu wenu na?


Mbathani indwangu eyisaka nina baphristi, nilile, nikhihle isililo nina zikhonzi ze-althare. Wozani nilale ubusuku bonke nembethe indwangu eyisaka nina zinceku zikaNkulunkulu wami. Ngokuba umnikelo wokusanhlamvu nowokuphuzwayo akusalethwa endlini kaNkulunkulu wenu.


Iminikelo yokusanhlamvu nokuphuzwayo ayisalethwa endlini kaSimakade; abaphristi, izinceku zikaSimakade bayalila.


“Laba abazikhethela omunye unkulunkulu, bandisa izinhlupheko zabo. Angiyukunikela ngemihlatshelo yabo yegazi, angiyukuwaphatha ngisho amagama abo ngezindebe zami.”


nomnikelo wazo wokusanhlamvu, neminikelo yazo yokuphuzwayo ngezinkunzi nangezinqama nangezimvu, njengokwenani lazo ngokwesimiso.


“ ‘Ngosuku lwesine niyonikela ngalokhu: izinkunzi ezilishumi, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna ezili-14 ezinyaka munye ezingenasici,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite