Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:17 - IsiZulu 2020

17 “ ‘Ngosuku lwesibili niyonikela ngalokhu: amaduna ali-12, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna ezili-14 ezinyaka munye ezingenasici,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “ ‘Ngosuku lwesibili: amaduna ayishumi nambili, nezinqama ezimbili, nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye ezingenasici,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngosuku lwesibili niyakunikela ngezinkunzi eziyishumi nambili, nezinqama ezimbili, namawundlu angamaduna ayishumi nane, amnyaka mnye angenasici.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:17
14 Referans Kwoze  

Uma ethi: “Esisha,” kusho ukuthi esokuqala sesiphelelwe yisikhathi, ngakho-ke osekuphelelwe yisikhathi, futhi sekukudala, sekuseduze ukuba kushabalale.


Ngakho-ke ngiyanincenga bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandekayo kuNkulunkulu; kube ngukukhonza kwenu ngokomoya.


Ngokuba Mina ngifuna ukwethembeka, hhayi umhlatshelo, nolwazi ngoNkulunkulu kuneminikelo yokushiswa.


“Iyini kimi imihlatshelo yenu eniyenza kaninginingi na?” kusho uSimakade. “Senganele yiminikelo yenu yokushiswa yezinqama, namanoni ezilwane ezikhuluphalisiwe; angithokozi ngegazi lezinkunzi nelamawundlu nelezimbuzi.


Lokho kuzomthokozisa kakhulu uSimakade, ukwedlula inkabi noma inkunzi enezimpondo nezinselo.


Awuwuthandi umhlatshelo nomnikelo wokudla. Izindlebe zami uzigeqile. Umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo oyiphunga elimnandi kuSimakade: amaduna ali-13, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna eli-14 ezinyaka munye ezingenasici,


Izinsuku eziyisikhombisa niyakunikela ngomnikelo womlilo kuSimakade. Ngosuku lwesishiyagalombili nibe nomhlangano ongcwele, niyonikela ngomnikelo womlilo kuSimakade, ngumhlangano ohloniphekileyo; aniyukwenza msebenzi.


Iwundlu malingabi nasici, libe nonyaka, libe yiduna, ungalithatha ezimvini noma ezimbuzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite