Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 29:11 - IsiZulu 2020

11 Impongo ibe ngumnikelo wesono, ngale komnikelo wesono wokubuyisana, nomnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu, neminikelo yayo yokuphuzwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo wesono wokubuyisana, nomnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu, neminikelo yayo yokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 inqama eyodwa ibe ngumnikelo wesono; ngaphandle komnikelo wesono wokubuyisana, nomnikelo oshiswa imihla yonke, nomnikelo wawo wempuphu, neminikelo yawo yokuphuzwa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 29:11
10 Referans Kwoze  

U-Aroni uyongena endaweni engcwele nalokhu: iduna, libe ngumnikelo wesono, inqama, ibe ngumnikelo wokushiswa,


Uyothatha enhlanganweni yabantu bakwa-Israyeli izimpongo ezimbili zibe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa.


Akadingi, njengabanye abaphristi abakhulu, ukuba imihla ngemihla anikele ngemihlatshelo ngenxa yezono zakhe kuqala, bese kuba ngenxa yezabantu, ngokuba wakwenza lokho kwaba kanye mhla ezinikela Yena.


Nokho uSimakade wathanda ukuyishaya ngezifo. Wenza umphefumulo wayo waba ngumnikelo wecala. Iyakusibona isizukulwane sayo, yenze izinsuku zayo zibe ziningi, nentando kaSimakade iyakuphumelela esandleni sayo.


ngaphandle komnikelo wokushiswa wokwethwasa kwenyanga nomnikelo wawo wokusanhlamvu, nomnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu, neminikelo yayo yokuphuzwayo ngokwesimiso sayo, kube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuSimakade.


U-Aroni uyonikela ngempongo edliwe wunkatho lukaSimakade, ibe ngumnikelo wesono.


nokweshumi ngaleyo naleyo mvu yezimvana eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite