Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:6 - IsiZulu 2020

6 Kungumnikelo oshiswa imihla yonke, owamiswa entabeni iSinayi ukuze ube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kungumnikelo oshiswa imihla yonke, owamiswa entabeni yaseSinayi ube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kungumnikelo oshiswa imihla yonke, omisiwe entabeni yaseSinayi, ube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuJehova.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:6
15 Referans Kwoze  

“Nake nangilethela yini imihlatshelo neminikelo ehlane iminyaka engamashumi amane, nina ndlu ka-Israyeli na?


Uyakunikela njalo ekuseni, ngomnikelo wokusanhlamvu, ingxenye yesithupha ye-efa, nengxenye yesithathu yehini lamafutha, ukuba kuxovwe impuphu ecolisekileyo, kube ngumnikelo wokusanhlamvu kuSimakade, isimiso saphakade.


Ngenxa yemihlatshelo yakho, angiyukukujezisa, ngokuba iminikelo yakho yokushiswa iphambi kwami njalo.


Bagubha umkhosi wamadokodo, njengokomthetho, banikela ngeminikelo yokushiswa usuku nosuku, ngokwenani elinqunyelwe usuku nosuku, njengoba kulotshiwe.


Isabelo senkosi emfuyweni yayo kwakuba ngesokwenza iminikelo yokushiswa, eyasekuseni neyakusihlwa, iminikelo yokushiswa yamasabatha, eyokwethwasa kwenyanga neyemikhosi emisiweyo, njengokulotshiweyo emthethweni kaSimakade.


Ngizokwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wami indlu, ukuba ngimngcwelisele yona, ngishise phambi kwakhe impepho enuka kahle, njalo kubekwe izinkwa zokubukwa, kunikelwe ngeminikelo yokushiswa ekuseni nakusihlwa ngamasabatha, ngokwethwasa kwenyanga, nangemikhosi emisiweyo kaSimakade uNkulunkulu wethu. Lokhu kungumthetho kwa-Israyeli kuze kube phakade.


“Yala u-Aroni namadodana akhe, uthi: ‘Nansi indlela engumthetho wokwenza umnikelo wokushiswa: umnikelo wokushiswa uyakuhlala e-althare ubusuku bonke kuze kube ngakusasa, umlilo ose-althare uhlale njalo uvutha.


USimakade eseqedile ukukhuluma noMose entabeni iSinayi, wamnika izibhebhe ezimbili zesivumelwano, izibhebhe zamatshe, zibhalwe ngomunwe kaNkulunkulu.


UMose wangena phakathi efini, wakhuphukela entabeni, wayesentabeni izinsuku ezingama-40 nobusuku obungama-40.


Yebo, nakuba nginikelwa emhlatshelweni nasenkonzweni yokukholwa kwenu, ngiyathokoza, ngithokoza nani nonke.


Uyonikela nokweshumi kwe-efa lempuphu ecolisekileyo kube ngumnikelo wokusanhlamvu, oxovwe nokwesine kwehini lamafutha agxotshiweyo.


Umnikelo wawo wokuphuzwayo uyokuba ngokwesine kwehini ngemvu eyodwa. Umnikelo wesiphuzo esinamandla uyothululelwa uSimakade endaweni engcwele.


Bayakunikela njalo ekuseni ngewundlu, ngomnikelo wokusanhlamvu nangamafutha, kube ngumnikelo wokushiswa imihla yonke.”


Le yimiyalo uSimakade ayala ngayo uMose ngabantu bakwa-Israyeli entabeni iSinayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite