Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:5 - IsiZulu 2020

5 Uyonikela nokweshumi kwe-efa lempuphu ecolisekileyo kube ngumnikelo wokusanhlamvu, oxovwe nokwesine kwehini lamafutha agxotshiweyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 kanye nokweshumi kwe-efa* lempuphu ecolekileyo ibe ngumnikelo wempuphu, exovwe nokwesine kwehini* lamafutha agxotshelweyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 nokweshumi kwe-efa lempuphu, kube ngumnikelo wempuphu, exovwe nokwesine kwehini lamafutha agqunyiweyo.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:5
8 Referans Kwoze  

“ ‘Noma ngubani oletha umnikelo wokusanhlamvu kuSimakade, umnikelo kufanele ube ngowempuphu ecolisekileyo, athele amafutha kuwo, abeke nenhlaka kuwo.


I-omeri ingokweshumi kwe-efa.


Enye imvu uyonikela ngayo ekuseni, enye kusihlwa.


Kungumnikelo oshiswa imihla yonke, owamiswa entabeni iSinayi ukuze ube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuSimakade.


Uyakunikela njalo ekuseni, ngomnikelo wokusanhlamvu, ingxenye yesithupha ye-efa, nengxenye yesithathu yehini lamafutha, ukuba kuxovwe impuphu ecolisekileyo, kube ngumnikelo wokusanhlamvu kuSimakade, isimiso saphakade.


Wanikela ngoqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite