Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:27 - IsiZulu 2020

27 Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, ube yiphunga elimnandi: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 kepha ninikele ngomnikelo wokushiswa wephunga elimnandi: amaduna amabili, nenqama ibe nye, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kodwa kumelwe ulungise umnikelo wokushiswa ube yiphunga elimnandi kuJehova; izinkunzi ezimbili, inqama eyodwa, amawundlu angamaduna ayisikhombisa anomnyaka munye;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:27
6 Referans Kwoze  

Niyonikela kuSimakade ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye, futhi ezingenasici.


“ ‘Njalo ngosuku lokwethwasa kwenyanga, niyonikela kuSimakade ngomnikelo wokushiswa. Kuyoba ngamaduna amabili emhlanjini, inqama, amazinyane ayisikhombisa anonyaka, futhi angenasici.


“ ‘Ngosuku lolibo, lapho ninikela kuSimakade ngomnikelo omusha wokusanhlamvu emkhosini wenu wamaviki, niyoba nomhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.


Niyonikela ngomnikelo wazo wokusanhlamvu, impuphu exovwe namafutha, okuthathu eshumini ngaleyo naleyo nkunzi, nokweshumi okubili ngenqama,


ngaphandle komnikelo wokushiswa wokwethwasa kwenyanga nomnikelo wawo wokusanhlamvu, nomnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wokusanhlamvu, neminikelo yayo yokuphuzwayo ngokwesimiso sayo, kube yiphunga elimnandi, umnikelo womlilo kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite