Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:26 - IsiZulu 2020

26 “ ‘Ngosuku lolibo, lapho ninikela kuSimakade ngomnikelo omusha wokusanhlamvu emkhosini wenu wamaviki, niyoba nomhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “ ‘Ngosuku lolibo, lapho ninikela ngomnikelo omusha wempuphu kuJehova emkhosini wenu wamasonto, niyakuba nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 “ ‘Ngosuku lolibo, uma niletha umnikelo omusha womlilo kuJehova emva kwamasonto enu, niyakuba nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:26
13 Referans Kwoze  

“Uyowugcina umkhosi wamaviki, owolibo lukakolo ovuniweyo, nomkhosi wokuvuna ekupheleni konyaka.


“Uyogubha umkhosi wokuvuna wezithelo zokuqala zomsebenzi wakho owuhlwanyele ensimini. “Ugubhe umkhosi wokuqoqa konke okulime ensimini ekupheleni konyaka.


“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Lapho senifikile ezweni engizakuninika lona, senivunile isivuno salo; niyoletha kumphristi isithungo solibo lokuqala lwesivuno senu.


Kodwa manje uKhristu uvusiwe kwabafileyo, uwulibo lwabaleleyo.


Wasizala ngezwi leqiniso ngokuthanda kwakhe, ukuze sibe ngamazibulo ezidalwa zakhe.


Ngosuku lokuqala kuyakuba ngumhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.


Niyonikela ngomnikelo wokushiswa, ube yiphunga elimnandi: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye.


“ ‘Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lokuqala lwayo, niyoba nomhlangano ongcwele, aniyukusebenza msebenzi; kuyokuba wusuku lwenu lokushaya amacilongo.


Ngosuku lokuqala niyoba nombuthano ongcwele, nangosuku lwesikhombisa. Aniyukusebenza ngalezo zinsuku; niyolungisa kuphela lokho okuyobe kuzodliwa ngabantu bonke.


Niyonikela kuSimakade ngomnikelo womlilo izinsuku eziyisikhombisa. Ngosuku lwesikhombisa kuyoba ngumhlangano ongcwele; aniyukusebenza msebenzi.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite