Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 28:16 - IsiZulu 2020

16 “ ‘Ngenyanga yokuqala ngosuku lwe-14 lwayo, kuyakuba yiphasika likaSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane lwenyanga kuyiphasika likaJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngosuku lweshumi nane lwenyanga yokuqala kuyiphasika likaJehova.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 28:16
15 Referans Kwoze  

Ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14 kusihlwa niyokudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube kusihlwa ngosuku lwama-21.


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, abafundi baya kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungisele kuphi ukuba udle iPhasika na?”


“Niyazi ukuthi emuva kwezinsuku ezimbili kuzakuba yiPhasika; iNdodana yomuntu izakukhashelwa ukuze ibethelwe esiphambanweni.”


USimakade wathi kuMose no-Aroni eGibhithe:


“Ngenyanga u-Abibi, inyanga owaphuma ngayo eGibhithe, uyogubha umkhosi wesinkwa esingenamvubelo ngendlela engakuyala ngayo. Ezinsukwini eziyisikhombisa zalo mkhosi ungasidli isinkwa esinemvubelo. Makungezi muntu phambi kwami engaphethe lutho.


“Uyowugcina umkhosi wesinkwa esingenamvubelo. Uyakudla isinkwa esingenamvubelo izinsuku eziyisikhombisa njengoba ngakuyala, ngesikhathi esimisiweyo ngenyanga u-Abibi, ngokuba ngale nyanga waphuma eGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite