Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:63 - IsiZulu 2020

63 Yilabo-ke abaLevi ababalwa nguMose no-Eleyazare, umphristi, ngesikhathi kubalwa abakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

63 Yilabo ababalwa nguMose nangu-Eleyazare umpristi ababala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

63 Yilabo ababalwayo nguMose no-Eleyazare umpristi, ababebala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:63
5 Referans Kwoze  

UMose no-Eleyazare, umphristi, bakhuluma nabakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho, bathi:


Sebebonke abaLevi besilisa kusukela konenyanga eyodwa ubudala kuya phezulu babeyizi-23 000. Bona ababalwanga nabesilisa bakwa-Israyeli, ngoba babengezukuthola sabelo esizoba yifa labo ezweni. Ababelwanga ifa kwabakwa-Israyeli.


Akukho namunye owasalayo phakathi kwalabo ababebalwe nguMose no-Aroni, umphristi, okuyibona ababala abakwa-Israyeli ehlane iSinayi,


Ngokuba abantu bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engama-40 ehlane, saze saphela isizwe namadoda empi ababephume eGibhithe, abangalalelanga izwi likaSimakade, afunga ngalo kubo ukuthi abasoze balibone izwe ayethembise ukulinika oyisemkhulu, izwe elichichima ubisi noju.


njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose, wababala ehlane iSinayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite