Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:51 - IsiZulu 2020

51 Sebebonke abantu bakwa-Israyeli ababalwayo babeyizi-601 730.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Yilabo ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nanye namakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Yilabo ababalwayo koonyana bakaSirayeli, izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nanye namakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:51
11 Referans Kwoze  

sebebonke ababalwayo babeyizi-603 550.


Abantu bakho wabahola njengezimvu ngesandla sikaMose no-Aroni.


Yena uma ebhidliza, akekho ongakha kabusha, uma evalela umuntu, akekho ongamvulela.


Izizukulwane zabo wazandisa njengezinkanyezi esibhakabhakeni, waziletha ezweni owawulethembise okhokho bazo ukuthi ziyongena kulo, zilidle.


Wayesethi uMose: “Abantu engiphakathi kwabo abahamba ngezinyawo bayizi-600 000, wena uthi: ‘Ngiyakubanika inyama ukuba bayidle inyanga yonke.’


Yilaba-ke ababalwa kubantu bakwa-Israyeli ngezindlu zokhokho babo. Bonke ababalwa enkanjini ngamaviyo abo babeyizi-603 550.


Umuntu ngamunye wanikela ngebeka, okunguhhafu weshekeli ngokweshekeli lendlu engcwele, kubo bonke ababebaliwe ngesikhathi bebalwa, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, emadodeni ayizi-603 550.


Abantu bakwa-Israyeli basuka eRamesesi baya eSukhothi. Kwakungamadoda abalelwa ezi-600 000 ayehamba ngezinyawo, ngaphandle kwezingane.


USimakade wathi kuMose:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite