Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:33 - IsiZulu 2020

33 UZelofehadi, indodana kaHeferi, wayengenamadodana enamadodakazi wodwa. Amagama amadodakazi kaZelofehadi yilawa: kwakunguMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThiriza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 USelofehadi indodana kaHeferi wayengenamadodana enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi ayengoMahela, noHogila, noMilka, noTirisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 USelofadi indodana kaHeferi wayengenamadodana, enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi kwakunguMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:33
5 Referans Kwoze  

Kwase kusondela amadodakazi kaZelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakhiri emndenini kaManase, indodana kaJosefa. Nanka amagama amadodakazi akhe: kwakunguMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThiriza.


kuShemida: ngumndeni wabakwaShemida; kuHeferi: ngumndeni wabakwaHeferi.


“Ubaba wafela ehlane, wayengekho phakathi kweviyo labavukela uSimakade, iviyo likaKhora. Kepha wafela esakhe isono engenandodana.


Kepha uZelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakhiri kaManase wayengenamadodana, kungamadodakazi odwa. Nanka amagama amadodakazi akhe: uMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThirisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite